Tel: 031 577 7868 - disc@darulihsan.com               google play icon        twitter web      

Discharging Zakat with unusable or expired stock

Ukukhokha i Zakat ngempahla engaskwazi ukusebenza noma esiphelelwe yiskhathi

Uthi u Allah Ta’ala kwi Quran engcwele: ‘’ Wemakholwa,nikelani ngezinto ezinhle enizizuzile nangalokho esikukhiqizele nina emhlabathini, futhi ningakuhlungeli umnikelo loko okubi,kwanina uqobo lwenu eningasoze nakwamukela, ngaphandle uma nikuvalela amehlo [ okusho ukuthi nikwamukela kuphela ngokungazinaki izinkinga ezikuko]. Nazi futhi ukuthi u Allah uzimele , enjalo nje Uhlezi Edumiswa.’’ [Surah Baqaarah v 267]

I Zakat ingenye yezinsika ezinhlanu ze Islam kanti kumele ikhokhwe kanye nazo zonke izidingo zayo. Ngeshwa-ke abanye bosomabhizinisi bakhipha izimpahla eseiphelelwe yiskhathi, kumbe ezingasoze zasebenziseka njenge Zakat kanti lomkhuba ubukeka ukhula. Asivumelekile lesisenzo kwazise i Zakat yenzelwe ukuba yisivikeli somnotho walowo onikelayo.Okungenani, impahla enikezwa njenge Zakat kumele kube eyekhethelo noma kube yimpahla esebenzisekayo neyamukelekayo. I Zakat kumele ikhokhwe ngokwenama, ngokuzithoba, ngaphandle kongabazane.

Uma izinto kumbe umkhiqizo okunikelwe njenge Zakat a

Login to post comments

Nisab

27/05/2026 08:00

- Mahr Fathimi: R61 695
- Minimum Mahr: R1 234
- Zakaat Nisab: R24 678
Price/g rate: GoldPriceZ

Contact Us

70 Joyce Road
Durban
Tel: 031 577 786 8
disc@darulihsan.com

Banking Details

Bank: FNB
Acount Name: Darul Ihsan
Branch: 220329 (Tongaat)
Lillah: 62130045398
Zakaat: 62130044910