Tel: 031 577 7868 - disc@darulihsan.com               google play icon        twitter web      

U-ALLAH TA’LAA WAMI ONOTHANDO

Ukubabazeka bob’khulu buka Allah abusoze bachazeka ngendlela ezwakalayo. Umuntu angazama ngakhokonke okusemandleni akhe, kodwa ukudunyiswa kophezukonke akusoze kwapheleliswa. Hhuye kuphela ongazichaza.

Incazelo ya “Allahu Akbar” okungukuthi “ uMdali mkhulu” kwabekelwa isizwe sentandokazi yakhe uMuhammad (saw). Alikho elinye ithimba elakonyeliswa ngencazelo enamandla kangaka.

Ukuze sikwazi ukuqondisisa ubukhulu nokubabazeka bukaMdlali isahluko se quran ogamalaso singu luqmaan ichaza ngokusobala ,
“ Ukube zonked izihlahla emhlabeni (zenziwa) ukubeni amapeni nolwandle luthathe isikhala samalwandle ayisikhombisa (enziwe u inki wokubhala) Amagama kamdali namazwi akhe awasoze akhathala, ngokuba uMdlali uyababazeka ungohlakaniphileyo.”
V 27

Lena incanzelo yophezukonke engenakuphikiswa. Ukube zonke izihlahla zomhlana wonke zashintshwa ekenziweni u-ink futhi Ukube nolwandle.. Kanye nokunye .. bekuzoshintshwa kwenziwe u -ink, futhi Ukube I ndalo yonke yayizobhala incazelo kaMdlali engefaniswe nalutho, u ink ubuzokoma namapeni ebezophela, kodwa lokho bekungeke kuchaze ngisho nengcosana yobukhulu bukaMdlali u Allah ta’ala .

Incazelo ya Allahu Akbar iqongelelwe ngokukhethekile encazelweni. Okubalwa kukho Ubukhulu , ubuhle, ukubabazeka, imicebo , ukukhanya , ukupheleliseka ,ubukhosi , ubunye , amandla akamdlali esithakazelweni sakhe ngasinye.

uMdlali uzobiza ezinye zezingelosi zakhe ekuthwebuleni ubukhulu bakhe nokubabazeka, Nazo zizokhathala zizinikele. Lapho uMdlali uzobiza izingelosi ezisezingeni eliphezulu amazulwini, nazo zizohluleka zizinikele. uMdlali uzobiza izingelosi zesihlalo sakhe sobukhosi nazo zizozinikele zihluleke bese uMdlali abizi u Gabriyeli, umikhayeli, usrafili Kanye noizrayeli nazo zizohluleka.

uMdlali uzobe esehlikela kwizithunywa zakhe zonke nakuba profethi nabo bazokwamule ukuhluleka .

Lapho uMdlali uzobe esecela othandiweyo wakhe u Muhammad (saw) ukuba enze umsenenzi omkhulu kangaka wokuchaza ubukhulu nokubabazeka bukaMdlali nakuye futhi ipeni lizokoma .

O Allah , ophezukonke “ Allahu Akbar “

Login to post comments

Nisab

15/11/2025 08:00

- Mahr Fathimi: R42 498
- Minimum Mahr: R850
- Zakaat Nisab: R16 999
Price/g rate: GoldPriceZ

Contact Us

70 Joyce Road
Durban
Tel: 031 577 786 8
disc@darulihsan.com